Ukuthula Kuwe (Zulu)

USayyiduna ‘Ubaydullah ibn Mihsan رضي الله عنه Ul kubikwa ukuthi uRasulullah صلى الله عليه و سلم wathi:

“Noma ubani phakathi kwenu ovuka ekuseni

(1) ephephile lapho ehlala khona/phakathi komndeni wakhe,

(2) enempilo emzimbeni wakhe,

(3) enokudla kwakhe kosuku,

khona-ke kunjengokungathi umhlaba wonke ubuthelwe yena.

(Sunan Tirmidi, Hadith: 2346, Sunan Ibn Majah, Hadith: 4411)

0:00
0:00
Open chat
Assalamualykum